-
1 USamuyeli 2:11IBhayibhili Elingcwele
-
-
11 U-Elikhana wabuyela emzini wakhe eRama kodwa umfana wasala esenzela uJehova inkonzo engcwele+ ngaphansi kuka-Eli umphristi.
-
-
2 ImiLando 31:16IBhayibhili Elingcwele
-
-
16 Abafowabo laba babephiwa ukudla njengalabo ababebhalwe emibhalweni yosendo yalabo ababebuya endlini kaJehova nsuku zonke bezokwenza imisebenzi yabo ngamaqembu abo. Ababebhalwe emibhalweni yosendo kwakungabesilisa, kusukela kwabaleminyaka emithathu kusiya phezulu.
-