Eksodusi 18:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Kufanele ahlulele abantu lapho kuba namacala,* azoletha kuwe wonke amacala anzima, + kodwa yiwona azokwenza isinqumo emacaleni amancane. Zenzele izinto zibe lula ngokuwavumela ukuba akuthwalise umthwalo. +
22 Kufanele ahlulele abantu lapho kuba namacala,* azoletha kuwe wonke amacala anzima, + kodwa yiwona azokwenza isinqumo emacaleni amancane. Zenzele izinto zibe lula ngokuwavumela ukuba akuthwalise umthwalo. +