Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Eksodusi 18:15, 16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 15 UMose wathi kumukhwe wakhe: “Kungoba abantu balokhu beza kimi bezocela isiqondiso sikaNkulunkulu. 16 Uma kuba necala, liza kimi futhi kumele ngahlulele phakathi kwabantu ababili, ngenze izinqumo zikaNkulunkulu weqiniso nemithetho yakhe kwaziwe.” +

  • Eksodusi 33:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 UJehova wakhuluma noMose ubuso nobuso, + njengoba nje umuntu ekhuluma nomunye umuntu. Lapho ebuyela ekamu, uJoshuwa, + indodana kaNuni, umsizi wakhe, + wayengaphumi etendeni.

  • Levitikusi 24:11, 12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Le ndodana yowesifazane ongumIsrayeli yahlambalaza iGama* yaliqalekisa. + Ngakho bayiletha kuMose. + Igama likanina kwakunguShelomiti, indodakazi kaDibiri wesizwe sakwaDani. 12 Bayivalela kwaze kwaba yilapho becaciselwa isinqumo sikaJehova. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela