Duteronomi 3:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 Beka uJoshuwa, + umkhuthaze, umqinise, ngoba nguye ozowela + phambi kwalesi sizwe futhi nguye ozosenza ukuba silizuze njengefa izwe ozolibona.’ Duteronomi 31:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngemva kwalokho uJehova wathi kuMose: “Lalela! Sesisondele isikhathi sokuba ufe. + Biza uJoshuwa, niye* etendeni lokuhlangana ukuze ngimmise.” + Ngakho uMose noJoshuwa baya etendeni lokuhlangana. Duteronomi 31:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Wabe* esemisa uJoshuwa + indodana kaNuni wathi: “Yiba nesibindi uqine + ngoba nguwe ozongenisa ama-Israyeli ezweni engafunga ukulinika wona, + futhi mina ngizoqhubeka nginawe.”
28 Beka uJoshuwa, + umkhuthaze, umqinise, ngoba nguye ozowela + phambi kwalesi sizwe futhi nguye ozosenza ukuba silizuze njengefa izwe ozolibona.’
14 Ngemva kwalokho uJehova wathi kuMose: “Lalela! Sesisondele isikhathi sokuba ufe. + Biza uJoshuwa, niye* etendeni lokuhlangana ukuze ngimmise.” + Ngakho uMose noJoshuwa baya etendeni lokuhlangana.
23 Wabe* esemisa uJoshuwa + indodana kaNuni wathi: “Yiba nesibindi uqine + ngoba nguwe ozongenisa ama-Israyeli ezweni engafunga ukulinika wona, + futhi mina ngizoqhubeka nginawe.”