Numeri 32:37, 38 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 37 Abantwana bakwaRubeni bakha amadolobha iHeshibhoni, + i-Eliyale, + iKiriyatayimi, + 38 iNebo + neBhali-mehoni +—njengoba amagama awo ashintshwa—neSibhima; baqala ukuqamba amagama amadolobha abawakha kabusha.
37 Abantwana bakwaRubeni bakha amadolobha iHeshibhoni, + i-Eliyale, + iKiriyatayimi, + 38 iNebo + neBhali-mehoni +—njengoba amagama awo ashintshwa—neSibhima; baqala ukuqamba amagama amadolobha abawakha kabusha.