32 Amadodana azalwa uKetura, + isancinza sika-Abrahama, kwakunguZimrani, uJokishani, uMedani, uMidiyani, + u-Ishibaki noShuwahi. +
Amadodana kaJokishani kwakunguSheba noDedani. +
33 Amadodana kaMidiyani kwakungu-Efa, + u-Eferi, uHanoki, u-Abida no-Elidaha.
Wonke lawa kwakungamadodana kaKetura.