Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Joshuwa 13:27, 28
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 nasesigodini,* eBheti-haramu, eBheti-nimra, + eSukoti + naseZafoni, yonke indawo ebuswa uSihoni inkosi yaseHeshibhoni, + iJordani liwumngcele ukusuka emaphethelweni oLwandle LwaseKhinereti *+ empumalanga yeJordani. 28 Leli zwe laliyifa labakwaGadi ngokwemindeni yabo, kanye namadolobha alo nemizi engaphansi kwawo.

  • IHubo 108:7-9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 UNkulunkulu ongcwele* ukhulumile wathi:

      “Ngizothokoza, ngizonikela ngeShekemi + libe yifa,

      Ngizosikela abantu bami iSigodi* SaseSukoti. +

       8 IGileyadi + lingelami, njengoba nje noManase engowami,

      U-Efrayimi uyisivikelo sekhanda* lami; +

      UJuda uyinduku yami yomyali. +

       9 UMowabi uyindishi yami yokugeza. +

      Ngizophonsa imbadada yami phezu kuka-Edomi. +

      Ngizomemeza ngokunqoba phezu kweFilistiya.” +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela