Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 Samuweli 8:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Wabeka amabutho azoqapha kwa-Edomi. Kulo lonke elakwa-Edomi wabeka amabutho azoqapha, bonke abakwa-Edomi baba yizinceku zikaDavide. + UJehova wasiza uDavide wanqoba* nomaphi lapho ayeya khona. +

  • IHubo 108:10-13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Ngubani ozongiyisa edolobheni elinezivikelo eziqinile?

      Ngubani ozongihola ngize ngifike kwa-Edomi? +

      11 O Nkulunkulu, akuwena yini osilahlile,

      Nkulunkulu wethu, ongasaphumi namabutho ethu? +

      12 Sisize ekucindezelekeni kwethu, +

      Ngoba insindiso evela kubantu ayisizi ngalutho. +

      13 UNkulunkulu uzosinika amandla, +

      Uzozinyathela izitha zethu. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela