Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 AmaKhosi 25:9, 10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Washisa indlu kaJehova, + indlu yenkosi *+ nazo zonke izindlu zaseJerusalema; + washisa nezindlu zabo bonke abantu abavelele. + 10 Lonke ibutho lamaKhaledi elalikanye nenduna yonogada ladiliza izindonga ezazibiyele iJerusalema. +

  • 2 IziKronike 36:17-19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Ngakho wabalethela inkosi yamaKhaledi, + eyabulala izinsizwa zabo ngenkemba + endlini yabo engcwele; + ayibanga nazwela ngensizwa noma ngentombi, ngomuntu omdala noma obuthakathaka. + UNkulunkulu wanikela konke esandleni sayo. + 18 Zonke izinto zendlu kaNkulunkulu weqiniso, ezinkulu nezincane kanye nengcebo yendlu kaJehova nengcebo yenkosi nezikhulu zayo, konke yakuletha eBhabhiloni. + 19 Yashisa indlu kaNkulunkulu weqiniso, + yadiliza udonga lwaseJerusalema, + yashisa yonke imibhoshongo yalo eqinile ngomlilo, yaqeda zonke izinto eziyigugu. +

  • Jeremiya 52:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Washisa indlu kaJehova, + indlu yenkosi* nazo zonke izindlu zaseJerusalema; washisa nazo zonke izindlu ezinkulu.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela