Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Joshuwa 7:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Lapho amaKhanani nabo bonke abakhileyo kuleli zwe bezwa ngalokhu, bazosivimbezela futhi balesule igama lethu emhlabeni, uzolivikela kanjani igama lakho elikhulu?” +

  • 1 Samuweli 12:22
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 22 Ngenxa yegama lakhe elikhulu, + uJehova ngeke abashiye abantu bakhe, + ngoba uJehova uzikhethele yena ukuba anenze abantu bakhe. +

  • 2 IziKronike 14:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 U-Asa wabe esebiza uJehova uNkulunkulu wakhe + wathi: “O Jehova, akunandaba kuwe ukuthi labo obasizayo baningi noma abanamandla. + O Jehova Nkulunkulu wethu, sisize ngoba sithembele* kuwe, + sizolwa nalesi sixuku egameni lakho. + O Jehova, wena unguNkulunkulu wethu. Ungamvumeli umuntu ofayo abe namandla kunawe.” +

  • IHubo 115:1, 2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 115 Ungayiniki thina, Jehova, ungayiniki thina,*

      Kodwa nika igama lakho inkazimulo +

      Ngenxa yothando lwakho oluqotho nokwethembeka kwakho. +

       2 Kungani izizwe kufanele zithi:

      “Uphi uNkulunkulu wabo?” +

  • Isaya 48:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  9 Kodwa ngenxa yegama lami ngizoyibamba intukuthelo yami; +

      Ngenxa yodumo lwami ngizozibamba,

      Ngeke ngikubhubhise. +

  • Jeremiya 14:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  7 Nakuba izono zethu zibonisa ukuthi sinecala,

      Jehova, thatha isinyathelo ngenxa yegama lakho. +

      Ngoba izenzo zethu zokungathembeki ziningi, +

      Sone kuwe.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela