Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 Samuweli 12:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 UNathani wathi kuDavide: “Nguwe leyo ndoda! Yilokhu uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli akushoyo: ‘Mina uqobo ngakugcoba ukuba ube yinkosi phezu kuka-Israyeli, + ngakukhulula esandleni sikaSawule. +

  • 2 Samuweli 12:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 Kungani udelele izwi likaJehova ngokwenza okubi emehlweni akhe? U-Uriya umHeti umbulale ngenkemba! + Ngemva kokumbulala ngenkemba yama-Amoni, + uthathe umkakhe waba ngumkakho. +

  • IzAga 17:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Ukukhuza kungena kujule konokuqonda +

      Kunokushaya isiphukuphuku kayikhulu. +

  • Galathiya 6:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 Bazalwane, ngisho noma umuntu ethatha isinyathelo okungesona ngaphambi kokuba aqaphele, nina enivuthiwe* zamani ukumlungisa ngomoya omnene umuntu onjalo. + Kodwa qapha, + ukuze nawe ungalingwa. +

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela