-
IHubo 18:6IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
6 Ngambiza uJehova lapho ngicindezelekile,
Ngangilokhu ngikhalela usizo kuNkulunkulu wami.
-
-
Marku 15:34IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
34 Ngehora lika-9, uJesu wamemeza ngezwi elikhulu wathi: “Eli, Eli, lama sabakthani?” okusho ukuthi, uma kuhunyushwa: “Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni?” +
-
-
Hebheru 5:7IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 Ngesikhathi esaphila emhlabeni, uKristu wanxusa wenza nezicelo, ngokukhala okukhulu nangezinyembezi, + kuLowo owayekwazi ukumsindisa ekufeni, futhi wazwiwa ngomusa ngenxa yokwesaba kwakhe uNkulunkulu.
-