Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 Samuweli 20:33
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 33 USawule wamjikijela ngomkhonto ezama ukumgwaza, + ngenxa yalokho uJonathani wazi ukuthi uyise wayezimisele ukumbulala uDavide. +

  • 1 Samuweli 23:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Njengoba uSawule ayeza ngakolunye uhlangothi lwentaba, uDavide namadoda ayekanye naye babekolunye uhlangothi lwentaba. UDavide wayeshesha ebalekela uSawule, + kodwa uSawule namadoda ayekanye naye babeya ngokuya besondela kuDavide namadoda ayekanye naye ukuze bababambe. +

  • 1 Samuweli 25:29
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 29 Lapho umuntu esukuma ukuze akujahe efuna ukuphila kwakho, uJehova uNkulunkulu wakho uyokuvikela njengalapho umuntu evikela izinto zakhe eziyigugu ezifakwe esikhwameni, kodwa ukuphila kwezitha zakho uyokujikijela njengamatshe ajikijelwa ngendwayimane.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela