Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 48:20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 Phumani eBhabhiloni! +

      Balekani nisuke kumaKhaledi!

      Kumemezeleni ngenjabulo! Kumemezeleni! +

      Yenzani ukuba kwaziwe emikhawulweni yomhlaba. +

      Thanini: “UJehova uyihlengile inceku yakhe uJakobe. +

  • Jeremiya 50:8
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  8 “Balekani niphume phakathi kweBhabhiloni,

      Phumani ezweni lamaKhaledi, +

      Nibe njengezilwane eziholayo phambi komhlambi.

  • Jeremiya 51:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  6 Balekani niphume phakathi kweBhabhiloni,

      Nisindise ukuphila kwenu. +

      Ningabulawa ngenxa yesiphambeko salo.

      Ngoba yisikhathi sempindiselo kaJehova.

      Uyaphindisela kulo ngenxa yalokho elikwenzile. +

  • Zakariya 2:6
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 6 “Wozani! Wozani! Balekani ezweni lasenyakatho,” + kusho uJehova.

      “Ngoba nginihlakazele emagumbini amane amazulu,” *+ kusho uJehova.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela