-
Amose 2:4, 5IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
4 Yilokhu uJehova akushoyo,
‘Ngenxa yokuvukela kaningi kukaJuda, + ngeke ngikushintshe engikunqumile
Ngoba uwenqabile umthetho* kaJehova
Futhi akazigcinanga iziqondiso zakhe; +
Kodwa amanga afanayo ayelandelwa okhokho bakhe, amenze waduka. +
5 Ngakho ngiyothumela umlilo kwaJuda,
Uyoshwabadela imibhoshongo eqinile yaseJerusalema.’ +
-