Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Genesise 11
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

Genesise Okuphakathi

      • Umbhoshongo waseBhabhele (1-4)

      • UJehova uphithanisa ulimi (5-9)

      • Kusukela kuShemi kuya ku-Abrama (10-32)

        • Umndeni kaThera (27)

        • U-Abrama ushiya i-Uri (31)

Genesise 11:1

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Noma, “benenqolobane eyodwa yamagama.”

Genesise 11:2

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 10:9, 10; Dan 1:2

Genesise 11:4

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 9:1

Genesise 11:6

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 11:1

Genesise 11:7

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 1:26

Genesise 11:8

Izikhombo Zezincwadi

  • +Dut 32:8

Genesise 11:9

Imibhalo Yaphansi

  • *

    Incazelo: “Ukuphithana.”

Izikhombo Zezincwadi

  • +Jer 50:1

Genesise 11:10

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 6:10; Luk 3:23, 36
  • +Gen 10:22; 1 IziKr. 1:17

Genesise 11:11

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 10:21

Genesise 11:12

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 10:24; 1 IziKr. 1:18; Luk 3:23, 35

Genesise 11:14

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 10:21; 1 IziKr. 1:18

Genesise 11:16

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 10:25; 1 IziKr. 1:19

Genesise 11:18

Izikhombo Zezincwadi

  • +Luk 3:23, 35

Genesise 11:24

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 11:32; Luk 3:23, 34

Genesise 11:26

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 12:7; 15:1, 6; 17:5; Jak 2:23
  • +Jos 24:2

Genesise 11:27

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 12:4; 19:1; 2Pe 2:7

Genesise 11:28

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 15:7; Neh 9:7
  • +IzE 7:4

Genesise 11:29

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 12:11; 17:15; 20:12, 13; 1Pe 3:6
  • +Gen 22:20; 24:15

Genesise 11:30

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 16:1, 2; Rom 4:19; Heb 11:11

Genesise 11:31

Izikhombo Zezincwadi

  • +Gen 11:27, 28
  • +Gen 10:19
  • +Gen 12:4; 27:42, 43; IzE 7:2, 4

Okunye

Gen. 11:2Gen 10:9, 10; Dan 1:2
Gen. 11:4Gen 9:1
Gen. 11:6Gen 11:1
Gen. 11:7Gen 1:26
Gen. 11:8Dut 32:8
Gen. 11:9Jer 50:1
Gen. 11:10Gen 6:10; Luk 3:23, 36
Gen. 11:10Gen 10:22; 1 IziKr. 1:17
Gen. 11:11Gen 10:21
Gen. 11:12Gen 10:24; 1 IziKr. 1:18; Luk 3:23, 35
Gen. 11:14Gen 10:21; 1 IziKr. 1:18
Gen. 11:16Gen 10:25; 1 IziKr. 1:19
Gen. 11:18Luk 3:23, 35
Gen. 11:24Gen 11:32; Luk 3:23, 34
Gen. 11:26Gen 12:7; 15:1, 6; 17:5; Jak 2:23
Gen. 11:26Jos 24:2
Gen. 11:27Gen 12:4; 19:1; 2Pe 2:7
Gen. 11:28Gen 15:7; Neh 9:7
Gen. 11:28IzE 7:4
Gen. 11:29Gen 12:11; 17:15; 20:12, 13; 1Pe 3:6
Gen. 11:29Gen 22:20; 24:15
Gen. 11:30Gen 16:1, 2; Rom 4:19; Heb 11:11
Gen. 11:31Gen 11:27, 28
Gen. 11:31Gen 10:19
Gen. 11:31Gen 12:4; 27:42, 43; IzE 7:2, 4
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
  • 1
  • 2
  • 3
  • 4
  • 5
  • 6
  • 7
  • 8
  • 9
  • 10
  • 11
  • 12
  • 13
  • 14
  • 15
  • 16
  • 17
  • 18
  • 19
  • 20
  • 21
  • 22
  • 23
  • 24
  • 25
  • 26
  • 27
  • 28
  • 29
  • 30
  • 31
  • 32
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Genesise 11:1-32

Genesise

11 Bonke abantu emhlabeni babekhuluma ulimi olulodwa, beneqoqo elilodwa lamagama.* 2 Njengoba beya ngasempumalanga, bathola ithafa ezweni laseShinari, + bahlala khona. 3 Ngemva kwalokho bathi omunye komunye: “Wozani! Masenze izitini sizibhake ngomlilo.” Ngakho basebenzisa izitini esikhundleni setshe, netiyela laba udaka lwabo. 4 Base bethi: “Wozani! Masizakhele idolobha nombhoshongo onesiqongo esisemazulwini, sizenzele igama, ukuze singahlakazeki kuwo wonke umhlaba.” +

5 UJehova wabe esehla ukuze abone idolobha nombhoshongo abantu ababewakhile. 6 Ngemva kwalokho uJehova wathi: “Bayisizwe esisodwa esikhuluma ulimi olulodwa + futhi yilokhu asebeqale ukukwenza. Manje akukho lutho abangase bacabange ukulwenza oluyobehlula. 7 Masehle + siphithanise ulimi lwabo ukuze bangaluqondi ulimi lomunye nomunye.” 8 Ngakho ukusuka lapho uJehova wabahlakazela kuwo wonke umhlaba, + kancane kancane bayeka ukwakha lelo dolobha. 9 Yingakho laqanjwa ngokuthi yiBhabhele,* + ngenxa yokuthi uJehova waluphithanisa khona ulimi lomhlaba wonke, futhi uJehova wabahlakaza basuka lapho baya kuwo wonke umhlaba.

10 Lona umlando kaShemi. +

UShemi wayeneminyaka engu-100 ubudala lapho ezala u-Arpakishade + eminyakeni emibili ngemva kukaZamcolo. 11 Ngemva kokuzala u-Arpakishade, uShemi waphila iminyaka engu-500. Wazala amadodana namadodakazi. +

12 U-Arpakishade waphila iminyaka engu-35, wayesezala uShela. + 13 Ngemva kokuzala uShela, u-Arpakishade waphila iminyaka engu-403. Wazala amadodana namadodakazi.

14 UShela waphila iminyaka engu-30, wayesezala u-Ebhere. + 15 Ngemva kokuzala u-Ebhere, uShela waphila iminyaka engu-403. Wazala amadodana namadodakazi.

16 U-Ebhere waphila iminyaka engu-34, wayesezala uPhelege. + 17 Ngemva kokuzala uPhelege, u-Ebhere waphila iminyaka engu-430. Wazala amadodana namadodakazi.

18 UPhelege waphila iminyaka engu-30, wayesezala uRehu. + 19 Ngemva kokuzala uRehu, uPhelege waphila iminyaka engu-209. Wazala amadodana namadodakazi.

20 URehu waphila iminyaka engu-32, wayesezala uSerugi. 21 Ngemva kokuzala uSerugi, uRehu waphila iminyaka engu-207. Wazala amadodana namadodakazi.

22 USerugi waphila iminyaka engu-30, wayesezala uNahori. 23 Ngemva kokuzala uNahori, uSerugi waphila iminyaka engu-200. Wazala amadodana namadodakazi.

24 UNahori waphila iminyaka engu-29, wayesezala uThera. + 25 Ngemva kokuzala uThera, uNahori waphila iminyaka engu-119. Wazala amadodana namadodakazi.

26 UThera waphila iminyaka engu-70, okwathi ngemva kwayo wazala u-Abrama, + uNahori + noHarana.

27 Lona umlando kaThera.

UThera wazala u-Abrama, uNahori noHarana; uHarana wazala uLoti. + 28 Ngesikhathi uyise kaThera esaphila, uHarana wafela ezweni azalelwa kulo, e-Uri + lamaKhaledi. + 29 U-Abrama noNahori bazithathela abafazi. Igama lomka-Abrama kwakunguSarayi, + igama lomkaNahori kunguMilka, + indodakazi kaHarana, uyise kaMilka noJiska. 30 USarayi wayeyinyumba, + engenamntwana.

31 Ngemva kwalokho uThera wathatha u-Abrama indodana yakhe noLoti umzukulu wakhe, + indodana kaHarana, noSarayi umalokazana wakhe, umka-Abrama indodana yakhe, baphuma naye e-Uri lamaKhaledi baya ezweni laseKhanani. + Ngemva kwesikhathi bafika eHarana + bahlala khona. 32 Izinsuku zikaThera zaba yiminyaka engu-205. Ngemva kwalokho uThera wafela eHarana.

Zulu Publications (1975-2025)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela