Uhlu Lokuphakathi
February 15, 2012
© 2012 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania. All rights reserved.
Umagazini Ofundwayo
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
APRIL 2-8, 2012
Lingisa Isibonelo SikaJesu Sokuhlale Elindile
IKHASI 3 • IZINGOMA: 108, 74
APRIL 9-15, 2012
“Yiba Nesibindi Uqine Kakhulu”
IKHASI 10 • IZINGOMA: 101, 92
APRIL 16-22, 2012
Londoloza Umoya Omuhle Webandla
IKHASI 18 • IZINGOMA: 20, 75
APRIL 23-29, 2012
Umkhaya Ohlukene Ngokwenkolo Ungaba Nayo Injabulo
IKHASI 26 • IZINGOMA: 76, 56
INJONGO YEZIHLOKO EZIFUNDWAYO
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 1 AMAKHASI 3-7
Kungani uJesu anxusa abalandeli bakhe ukuba bahlale belindile? Lesi sihloko sixoxa ngezindlela ezintathu uKristu abonisa ngazo ukuhlale elindile phakathi nokuphila kwakhe kwasemhlabeni futhi esimweni ngasinye sidingida izindlela ezingokoqobo esingasilingisa ngazo isibonelo sakhe.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 2 AMAKHASI 10-14
Kungani singazuza ngokucabangela indlela izinceku zikaJehova zangezikhathi zeBhayibheli ezabonisa ngayo isibindi? Lo mbuzo kuzoxoxwa ngawo kulesi sihloko esiklanyelwe ukusisiza ukuba sibe nesibindi.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 3 AMAKHASI 18-22
Ngamunye wethu ubonisa umoya othile, noma isimo sengqondo esimbusayo. Lesi sihloko sixoxa ngendlela esingasiza ngayo ekulondolozeni umoya omuhle, onempilo ebandleni.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 4 AMAKHASI 26-30
AmaKristu asemikhayeni ehlukene ngokwenkolo abhekana nezinselele nsuku zonke. Lesi sihloko sixoxa ngendlela amaKristu angahlakulela ngayo ukuthula emkhayeni futhi enze kube nezimo ezingasiza amalungu omkhaya angakholwa ukuba amukele ukukhulekela kweqiniso.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
8 Bámemezela IZwi LikaNkulunkulu Ngesibindi!
15 Isici Esingonakalisa Izingqondo Zethu—Umona
23 UNathani—Umlweli Oqotho Wokukhulekela Okuhlanzekile
31 Ezivela Ezinqolobaneni Zethu
ISEMBOZO: Abazalwane bafakaza kubagibeli abavela kuzo zonke izingxenye zezwe esiteshini sesitimela eNew Delhi, eNdiya, okudlula kuso izitimela ezingaphezu kuka-300 ngosuku
ENDIYA
INANI LABANTU
1 224 614 000
ABAMEMEZELI
33 182
UKWANDA KWABAMEMEZELI
Amaphesenti angu-5