Lisiphatheleni Ikusasa?
© 2018 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
Lo magazini awudayiswa. Uyingxenye yomsebenzi wokufundisa ngeBhayibheli owenziwa emhlabeni wonke osekelwa ngeminikelo yokuzithandela. Ukuze unikele, sicela ungene ku-www.pr2711.com/zu. Ngaphandle kwalapho kuboniswe ngenye indlela, izingcaphuno zemiBhalo zithathwe kuyi-Nguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele yolimi lwanamuhla.
LO MAGAZINI, INqabayokulinda, udumisa uJehova uNkulunkulu, uMbusi wendawo yonke. Ududuza abantu ngezindaba ezinhle zokuthi maduze uMbuso kaNkulunkulu wasezulwini uzobuqeda bonke ububi futhi uguqule lo mhlaba ube ipharadesi. Ukhuthaza ukuba nokholo kuJesu Kristu, owafa ukuze sithole ukuphila okuphakade futhi manje obusa njengeNkosi yoMbuso kaNkulunkulu. Lo magazini ubulokhu unyatheliswa kusukela ngo-1879 futhi awuhileleki ezindabeni zezombusazwe. Unamathela eBhayibhelini njengegunya lawo.