Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
MARCH 6-12
Incwadi Umvuthwandaba WesAmbulo
1. Kungani wonke amakhaya eyidinga lencwadi?
2. Yiziphi ezinye izethulo ezingase zifanelekele insimu yakini? (Bheka incwadi Ukubonisana, amakhasi 53-58 noma 99-110.)
MARCH 13-19
Ukumemela abanye eSikhumbuzweni
1. Kungani kumelwe sikhuthaze abanye ukuba babe khona?
2. Obani okufanele bamenywe?
3. Amaphepha ezimemo angasetshenziswa kanjani?
MARCH 20-26
Uzoyihambisa kanjani
1. Incwadi Umvuthwandaba WesAmbulo ngalelisonto?
2. Uyolunikeza kanjani usizo olwengeziwe kulabo ababakhona eSikhumbuzweni?
MARCH 27–APRIL 2
Lapho usebenza endlini ngendlu
1. Yini eye yaba usizo lapho uhambisa incwadi Umvuthwandaba WesAmbulo?
2. Uyosihambisa kanjani isikhokhelo?
3. Kungani kumelwe kugcinwe umbiko omuhle wendlu ngendlu?