Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
SEPTEMBER 3-9
ISihloko Sengxoxo
1. Buyekeza imibhalo esetshenziswayo nalokho ozokusho.
2. Uyoyethula kanjani incwadi ethi Ungaphila Phakade?
SEPTEMBER 10-16
Ukusebenzisa imifanekiso esencwadini ethi Ungaphila Phakade
Yimiphi ozoyisebenzisa futhi kanjani, lapho ukhuluma
(a) Nentsha?
(b) Abazali?
(c) Abantu abadadlana?
SEPTEMBER 17-23
Uziqalisa kanjani izifundo zeBhayibheli
1. Ekuhambeleni kokuqala?
2. Empindelweni?
SEPTEMBER 24-30
Hambisa omagazini bamuva
1. Yiziphi izihloko oyoziqokomisa?
2. Yimaphi amaphuzu aqondile oyowasebenzisa?
3. Ungasibona kanjani isithakazelo?