Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/98 k. 7
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
km 3/98 k. 7

IZaziso

◼ Isipho sencwadi sango-March: Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade ngomnikelo ka-R4,00. Gxila ekuqaleni izifundo zeBhayibheli zasekhaya. Ngo-April nango-May: Isikhokhelo sonyaka esifika ngeposi se-Nqabayokulinda ngomnikelo ka-R48,00 somagazini abaphuma kabili ngenyanga. Isikhokhelo sonyaka somagazini abaphuma kanye ngenyanga noma esezinyanga eziyisithupha somagazini abaphuma kabili ngenyanga singu-R24,00. Izikhokhelo ze-club system zingu-R24,00 no-R12,00 ngokulandelana. Lapho isikhokhelo singathathwa, hambisa INguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo YamaKristu YesiGreki kanye nomagazini ababili ngomnikelo ka-R6,00. Ngo-June: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila ngomnikelo ka-R12,00, noma Ukufuna Kwesintu UNkulunkulu ngomnikelo ka-R6,00.

◼ Abamemezeli abangu-10 699 bamabandla angu-301 basebenza amahora angu-108 966 emkhankasweni wensimu engabelwe wango-1997. Bahambisa izincwadi ezingu-23 399; izincwajana ezingu-36 743; omagazini abangu-47 413; izikhokhelo ezingu-25; benza izimpindelo ezingu-8275; futhi baqhuba izifundo zeBhayibheli ezingu-1124. Sibheke phambili ekubeni namabandla engeziwe ahlanganyela kule nkonzo ejabulisayo ngo-1998.

◼ Umbonisi owengamele noma othile okhethwe nguye kufanele abale izimali zebandla ngo-March 1 noma ngokushesha ngangokunokwenzeka ngemva kwalokho. Yazisani ibandla lapho lokhu sekwenziwe.

◼ Amanani ezincwadi azokhuphuka kusukela ngo-April 1, 1998. Nizothunyelelwa Uhlu Lwamanani kungekudala.

◼ I-Compact Disc Entsha Etholakalayo:

I-Kingdom Melodies, Volume 6 (umculo we-orchestra; ibandla, iningi namaphayona: R17,00)

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela