Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/06 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Ongase Ukusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
km 3/06 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Mar. 15

“Abaningi bethu sebeke babhekana nesenzakalo esibuhlungu sokushonelwa umuntu abamthandayo. Wake wasizwa yini lesi sithembiso esiduduzayo? [Funda izEnzo 24:15, bese ulindela impendulo.] Nokho, abaningi bazibuza le mibuzo: Obani abayovuswa? Bayovuswa nini? Bayovuselwa kuphi? Lo magazini unezimpendulo ezisekelwe eBhayibhelini zale mibuzo.”

Phaphama! Mar.

“Abantu abaningi bakholelwa ukuthi uJesu unguNkulunkulu. Kuyathakazelisa nokho ukuthi uPetru, umfundi kaJesu, wathi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu. [Funda uMathewu 16:16.] Ucabanga ukuthi kuyinto engenzeka ukuba uJesu abe yikho kokubili, uNkulunkulu neNdodana kaNkulunkulu? [Lindela impendulo.] Lesi sihloko esisemakhasini 12-13 alo magazini sixoxa ngalo mbuzo, bese sinikeza umbono weBhayibheli.”

INqabayokulinda Apr. 1

“La mazwi adumile akubonisa kahle ukubaluleka kokufunda ngoNkulunkulu. [Funda uMathewu 4:4.] Nokho, abantu abaningi bakuthola kunzima ukuqonda iZwi likaNkulunkulu. Ingabe nawe ukuthola kunzima? [Lindela impendulo.] Lo magazini unokusikisela okusebenzayo okungakusiza ukuba uqonde iBhayibheli.”

Phaphama! Apr.

“Abantu abaningi balwela ukuthola injabulo, kodwa kubonakala sengathi bambalwa abayitholayo. Ucabanga ukuthi kukhona into kulezi ezibalwe lapha engasiza abantu babe nokuphila okujabulisayo? [Mbonise ibhokisi ekhasini 9, bese ufunda omunye wemiBhalo ekhonjiwe.] Le Phaphama! ixoxa ngendlela esekelwe eBhayibhelini yokuthola injabulo yangempela.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela