Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 2/11 k. 3
  • ISimiso Sesonto Lika-February 28

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-February 28
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-FEBRUARY 28
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
km 2/11 k. 3

ISimiso Sesonto Lika-February 28

ISONTO ELIQALA NGO-FEBRUARY 28

INgoma 5 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

cf isahl. 18 ¶10-18 (25 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Esteri 1-5 (10 imiz.)

Ukubukezwa KweSikole Senkonzo Esingokwasezulwini (20 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 93

5 imiz: Izaziso.

10 imiz: Gcina Isigijimi Sakha. Ingxoxo esekelwe kwethi ISikole Senkonzo, ikhasi 202. Usebenzisa isipho senyanga ezayo, bonisa ukuthi kungasetshenziswa kanjani ukusikisela okusesigabeni sokugcina.

10 imiz: Zuza Kwethi Ukuhlola ImiBhalo Nsuku Zonke. Ingxoxo esekelwe esethulweni sethi Ukuhlola ImiBhalo—2011. Bakhuthaze bonke ukuba bahlole umbhalo usuku ngalunye. Cela izilaleli zilandise ukuthi ziwuhlola nini umbhalo wosuku nokuthi zizuze kanjani. Bukeza kafushane isihloko sonyaka sika-2011. Khulumela esithi “Ngeke Kusaxoxwa Ngetekisi Losuku Emihlanganweni Yenkonzo Yasensimini.”

10 imiz: Lungiselela Ukuhambisa Umagazini Ngo-March. Ingxoxo. Sebenzisa umzuzu owodwa noma emibili ubukeze okuqukethwe yilabo magazini. Yibe usukhetha izihloko ezimbili noma ezintathu bese ucela izilaleli ukuba zisikisele imibuzo nemiBhalo engasetshenziswa lapho behanjiswa. Makube nomboniso wendlela umagazini ngamunye ongahanjiswa ngayo.

INgoma 33 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela