Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/11 k. 4
  • IZaziso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZaziso
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
km 3/11 k. 4

IZaziso

◼ Isipho senyanga ka-March: Lifundisani Ngempela IBhayibheli? Ngo-April nango-May: Omagazini INqabayokulinda ne-Phaphama! Ngo-June: Lifundisani Ngempela IBhayibheli?

◼ I-video ethi Jehovah’s Witnesses—Organized to Share the Good News, kuzoxoxwa ngayo eMhlanganweni Wenkonzo ngo-August. Uma kudingeka, inga-odwa ngelungiselelo lebandla ngokushesha ngangokunokwenzeka.

◼ Ungakhonza yini eNamibia lapho kunendingeko enkulu khona? Uhulumeni waseNamibia usumanqikanqika ukwamukela abantu bakwamanye amazwe kuleli zwe ngenxa yezinga eliphakeme lokuntuleka komsebenzi. Ingabe wena, abazali bakho noma abazali babo nazalelwa eNamibia? Ingabe usuthathe umhlalaphansi futhi awunazo izinkinga ngokwezimali? Sicela ukucabangele ukuphindela eNamibia uyosiza! Sicela uthintane noMnyango Wenkonzo ukuze uthole ukwaziswa okwengeziwe.

◼ Siyajabula ukunazisa ukuthi amabandla angu-9 ajabulele ukunikezelwa kwamaHholo OMbuso awo amasha. EGauteng: iJameson Park (eHeidelberg) ne-Olivedale (eGoli). KwaZulu-Natal: iDassenhoek West, iDurban-Malvern, iMpangeni Central, iThaleni, iMarianhill West, iShaka’s Kraal, iSundumbili East neQakwini.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela