ISimiso Sesonto Lika-May 2
ISONTO ELIQALA NGO-MAY 2
INgoma 99 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 3 ¶4-11 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Jobe 38-42 (10 imiz.)
No. 1: Jobe 40:1-24 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Izinzuzo Zokuba Onomoya Omnene Nobekezelayo (5 imiz.)
No. 3: Uma Umuntu Ethi: “Uyamamukela UJesu NjengoMsindisi Wakho Siqu?”—rs k. 259 ¶1-2 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Izaziso. Usebenzisa intshumayelo esikiselwe kuleli khasi, makube nomboniso wendlela okungaqalwa ngayo isifundo ngoMgqibelo wokuqala ku-May. Bakhuthaze bonke ukuba bahlanganyele.
15 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Lungiselela Ukuhambisa Omagazini Ngo-May. Ingxoxo. Sebenzisa umzuzu owodwa noma emibili ubukeze lokho okuqukethwe omagazini. Ngemva kwalokho, khetha izihloko ezimbili noma ezintathu bese ucela izilaleli zisikisele imibuzo nemiBhalo engasetshenziswa lapho behanjiswa. Makube nomboniso wokuthi umagazini ngamunye ungahanjiswa kanjani.
INgoma 91 Nomthandazo