ISimiso Sesonto Lika-May 9
ISONTO ELIQALA NGO-MAY 9
INgoma 58 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 3 ¶12-18 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: AmaHubo 1-10 (10 imiz.)
No. 1: IHubo 7:1-17 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Uma Umuntu Ethi: “Ngiye Ngamukela UJesu NjengoMsindisi Wami Siqu”—rs k. 259 ¶3 (5 imiz.)
No. 3: Okwenza UJesu Wakhuza Indoda Eyambiza Ngokuthi “Mfundisi Omuhle”—Marku 10:17, 18 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Kumelwe Silalele UNkulunkulu Njengombusi Kunabantu. (IzE. 5:29) Ingxoxo esekelwe kwethi INcwadi Yonyaka Ka-2011, ikhasi 219 isigaba 4, kuya ekhasini 221 isigaba 2. Ngemva kokuxoxa ngokuhlangenwe nakho ngakunye, cela izilaleli ziphawule ngezifundo ezizitholile.
10 imiz: Ungakhonza Yini Njengephayona Elisizayo? Ingxoxo. Bukeza kafushane amakhasi 112-113 encwadi ethi Ukuhlelelwa, uchaze izimfuneko. Cela labo abaye basebenzisa isikhathi samaholidi emsebenzini noma esikoleni ukuze baphayone baphawule ngezibusiso abazijabulela.
10 imiz: “Ukukhanya Kwenu Makukhanye.” Imibuzo nezimpendulo. Cela izilaleli ukuba zisho okuhlangenwe nakho kwazo lapho ukuziphatha okuhle kwavula khona ithuba lokufakaza.
INgoma 93 Nomthandazo