IZaziso
◼ Isipho senyanga Ngo-July nango-August: Ungaba Umngane KaNkulunkulu! nethi Indlela Eya Ekuphileni Okuphakade—Ingabe Usuyitholile? nanoma iyiphi enye incwajana ehanjiswa ensimini ibandla elinayo esitokweni. Ngo-September: Lifundisani Ngempela IBhayibheli? Ngo-October: Omagazini INqabayokulinda ne-Phaphama! Lapho kuboniswe khona isithakazelo, banike ipheshana elithi Ungathanda Yini Ukwazi Iqiniso? bese wenza umzamo wokuqala isifundo seBhayibheli.
◼ Siyajabula ukunazisa ngokunikezelwa kwamaHholo OMbuso amasha angu-8. EBloemfontein: ElaseTurflaagte. KwaZulu-Natal: Elase-Avoca Hills, elaseDumbe, elakwaNongoma North, elakwaNqetho, elakwaZamokuhle, nelaseWaterloo. EPitoli: ElaseThorntree View.