ISimiso Sesonto Lika-October 17
ISONTO ELIQALA NGO-OCTOBER 17
INgoma 85 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 11 ¶5-12, nebhokisi ek. 89 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: IzAga 12-16 (10 imiz.)
No. 1: IzAga 15:1-17 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Imithandazo Eyamukelekayo Ifana Kanjani Nempepho Enuka Kamnandi KuJehova?—IHu. 141:2; IsAm. 5:8 (5 imiz.)
No. 3: Isiphi Isibonakaliso Sokuthi Siphila Ezinsukwini Zokugcina?—rs k. 182 ¶1 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Yini Esiyifundayo? Ingxoxo. Makufundwe uMathewu 5:11, 12, 14-16, 23, 24. Xoxani ngokuthi la mavesi angasisiza kanjani enkonzweni yethu.
10 imiz: Vumela Umninikhaya Azibonele Ngawakhe. Ingxoxo esekelwe kwethi ISikole Senkonzo, ikhasi 145. Makube nomboniso omfushane lapho ummemezeli ephindela kumuntu obonise isithakazelo oneBhayibheli elingenalo igama likaNkulunkulu.
10 imiz: “Ungazindeli.” Imibuzo nezimpendulo. Cela abadala nabancane balandise okuhlangenwe nakho kwabo kokufakaza esikoleni.
INgoma 80 Nomthandazo