Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 11/11 k. 4
  • Amazwibela Ombiko Wenkonzo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Amazwibela Ombiko Wenkonzo
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
km 11/11 k. 4

Amazwibela Ombiko Wenkonzo

Ngo-June, wonke amazwe angaphansi kwegatsha laseNingizimu Afrika abike ukwanda. Kukhuthaza kakhulu ukunazisa ukuthi inani lezifundo zeBhayibheli liyaqhubeka landa. IBotswana enabamemezeli abangu-1 976, ibike izifundo zeBhayibheli ezingu-3 888 nenani elisha eliphakeme lamaphayona avamile elingu-179. ILesotho enabamemezeli abangu-3 721, ibike izifundo zeBhayibheli ezingu-6 254. INamibia enabamemezeli abangu-1 835, ibike izifundo zeBhayibheli ezingu-3 504. ElaseSwazini elinabamemezeli abangu-2 867, libike izifundo zeBhayibheli ezingu-4 156. INingizimu Afrika enabamemezeli abangu-91 367, ibike izifundo zeBhayibheli ezingu-124 586. Ngisho nasesiqhingini esincane saseSt. Helena (esihlala abantu abangaphansi kuka-4 000), abamemezeli abangu-112 babike izifundo zeBhayibheli ezingu-91.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela