ISimiso Sesonto Lika-January 23
ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 23
INgoma 89 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 15 ¶13-20 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Isaya 38-42 (10 imiz.)
No. 1: Isaya 39:1-40:5 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Amathemba Okuphila Kwesikhathi Esizayo Ayogcwaliseka Kanjani?—rs k. 318 ¶1-4 (5 imiz.)
No. 3: Ukuphakama Kwemfundo Yaphezulu—Fil. 3:8 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Izaziso. Yisho isipho senyanga ka-February bese kuba nomboniso wendlela yokusihambisa owodwa noma emibili.
10 imiz: Ingxoxo. Funda uMarku 10:17-30. Cabangelani indlela la mavesi angasisiza ngayo enkonzweni yethu.
15 imiz: “Shumayela ‘Kubantu Bazo Zonke Izinhlobo.’” Imibuzo nezimpendulo. Xoxa ngenjongo yencwajana ngayinye esesenezelweni. Yibe usukhetha izincwajana ezimbili ezingase zizuzise abantu ensimini yenu. Xoxa ngalokho okuqukethe yizo zombili lezi ncwajana.
INgoma 112 Nomthandazo