ISimiso Sesonto Lika-March 12
ISONTO ELIQALA NGO-MARCH 12
INgoma 40 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 18 ¶1-5, namabhokisi emak. 142, 144 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Jeremiya 5-7 (10 imiz.)
No. 1: Jeremiya 5:15-25 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Esikhathini Esidlule Kungani UNkulunkulu Avumela Ukushada Phakathi Kwezingane Zandawonye?—rs k. 389 ¶1-2 (5 imiz.)
No. 3: UJehova Ubavikela Kanjani Abantu Bakhe Ezingozini Ezingokomoya? (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Thuthukisa Ikhono Njengomfundisi—Ingxenye 2. Inkulumo esekelwe kwethi ISikole Senkonzo, ikhasi 57 isigaba 3, kuya esihlokwaneni esisekhasini 59.
10 imiz: Nikela Njalo KuNkulunkulu Umnikelo Wokudumisa. (Heb. 13:15) Ingxoxo esekelwe e-Ncwadini Yonyaka Ka-2011, ikhasi 59 izigaba 1-2, nekhasi 71 isigaba 1. Cela izilaleli zisho izifundo ezizitholile.
10 imiz: “Qhubekani Nikwenza Lokhu.” Imibuzo nezimpendulo. Yazisa ibandla ngesikhathi nendawo iSikhumbuzo esiyoba kuyo.
INgoma 109 Nomthandazo