ISimiso Sesonto Lika-July 9
ISONTO ELIQALA NGO-JULY 9
INgoma 78 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 23 ¶9-15, amabhokisi emak. 184, 186 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa KweBhayibheli: Hezekeli 11-14 (10 imiz.)
No. 1: Hezekeli 11:14-25 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Usho Ukuthini UJohane 6:53-57?—rs k. 84 ¶1-2 (5 imiz.)
No. 3: Buyini Ubumnene, Futhi Bungasisiza Kanjani Ukuba Sibe Nombono Oqondile?—Zef. 2:3 (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
15 imiz: Ukwenza Izimpindelo Eziphumelelayo. Ingxoxo esekelwe emibuzweni elandelayo: (1) Kungani kukuhle ukuba nenjongo njalo lapho senza izimpindelo? (2) Kufanele sihlale isikhathi esingakanani lapho siqala ukwenza impindelo? (3) Singazethula kanjani lapho sibuyela? (4) Yini esingayisho uma umuntu ethi akanasithakazelo? (5) Lapho sivakashela othile esimshiyele ipheshana, incwajana, noma omagazini, singayethula nini incwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli futhi kanjani? (6) Singasihlakulela kanjani isithakazelo kumuntu uma kunzima ukuphinde simthole esekhaya? (7) Singabaqeqesha kanjani abamemezeli abangenakho okuhlangenwe nakho ekwenzeni izimpindelo?
15 imiz: “Siyini ‘Isizathu Sakho Sokwethaba’?” Imibuzo nezimpendulo. Lapho nixoxa ngesigaba 4, khuthaza bonke ukuba bafake imibiko yabo yenkonzo yasensimini inyanga ngayinye. Bukeza amaphuzu abalulekile encwadini ethi Ukuhlelelwa, amakhasi 88-90.
INgoma 9 Nomthandazo