ISimiso Sesonto Lika-July 23
ISONTO ELIQALA NGO-JULY 23
INgoma 43 Nomthandazo
□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
bt isahl. 24 ¶1-9, ibhokisi ek. 193 (25 imiz.)
□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa KweBhayibheli: Hezekeli 18-20 (10 imiz.)
No. 1: Hezekeli 19:1-14 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Umbono WamaKristu Ngeziphathimandla Zezwe—rs k. 309 ¶1-3 (5 imiz.)
No. 3: Usho Ukuthini UMathewu 21:43? (5 imiz.)
□ UMhlangano Wenkonzo:
5 imiz: Izaziso.
10 imiz: Sebenzisa Izinsiza-kufundisa Ngempumelelo. Inkulumo esekelwe kwethi ISikole Senkonzo, ikhasi 247 kuya ekhasini 249, isigaba 2. Makube nomboniso omfushane obonisa indlela iphuzu elilodwa noma amabili akule ndaba angasetshenziswa ngayo.
20 imiz: “Siza Abantu Balalele UNkulunkulu.” Imibuzo nezimpendulo. Lapho nixoxa ngesigaba 4, makube nomboniso wendlela le ncwajana engahanjiswa ngayo. Ngemva kokuxoxa ngesigaba 5, makube nomboniso wemizuzu emithathu wommemezeli oqhuba isifundo seBhayibheli ngencwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade futhi axoxe ngesithombe sokuqala esisekhasini 4.
INgoma 56 Nomthandazo