Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/12 k. 8
  • ISimiso Sesonto Lika-August 6

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-August 6
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-AUGUST 6
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 7/12 k. 8

ISimiso Sesonto Lika-August 6

ISONTO ELIQALA NGO-AUGUST 6

INgoma 60 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

bt isahl. 24 ¶16-21 (25 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa KweBhayibheli: Hezekeli 24-27 (10 imiz.)

No. 1: Hezekeli 24:15-27 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Kungaphansi Kwaziphi Izimo Lapho UNkulunkulu Avumela Khona Ama-Israyeli Ukuba Ahlanganyele Empini?—rs k. 310 ¶4–k. 311 ¶3 (5 imiz.)

No. 3: Ingabe UHezekeli 18:20 Uphikisana No-Eksodusi 20:5? (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 88

5 imiz: Izaziso.

20 imiz: UJehova UnguMuzwi Womthandazo. (IHu. 66:19) Ingxoxo esekelwe e-Ncwadini Yonyaka Ka-2012 ikhasi 59, izigaba 1-4; ikhasi 183, isigaba 2; ikhasi 187, isigaba 1; nekhasi 198, isigaba 1, kuya ekhasini 199, isigaba 1. Cela izilaleli zisho izifundo ezizitholile.

10 imiz: Izindlela Zokuhambisa Omagazini Ngo-August. Ingxoxo. Sebenzisa imizuzwana engu-30 kuya kwengu-60 uchaza ukuthi kungani omagazini beyobakhanga abantu ensimini yenu. Usebenzisa izihloko ezingaphandle ze-Nqabayokulinda, cela izilaleli zisikisele umbuzo ovusa isithakazelo ongase ubuzwe, ngemva kwalokho zicele zisikisele nomBhalo ongasetshenziswa. Yenza okufanayo nangezihloko ze-Phaphama!, uma isikhathi sivuma, khulumela nesinye isihloko kunoma imuphi walab’ omagazini. Makube nomboniso wendlela yokuhambisa umagazini ngamunye.

INgoma 97 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela