Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 10/12 k. 2
  • ISimiso Sesonto Lika-October 15

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-October 15
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-OCTOBER 15
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 10/12 k. 2

ISimiso Sesonto Lika-October 15

ISONTO ELIQALA NGO-OCTOBER 15

INgoma 101 Nomthandazo

□ ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

bt isahl. 28 ¶1-7 (30 imiz.)

□ ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Daniyeli 10-12 (10 imiz.)

No. 1: Daniyeli 11:15-27 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Okwenza AmaKristu Angaziphindiseleli—Roma 12:18-21 (5 imiz.)

No. 3: Ingabe Izinceku ZikaNkulunkulu Ezithembekile Zimane Zisakazeke Emasontweni ELobukholwa?—rs k. 98 ¶1-3 (5 imiz.)

□ UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 106

10 imiz: Uma Umuntu Ethi, ‘Anginasithakazelo.’ Ingxoxo esekelwe kwethi Ukubonisana, ikhasi 16, isigaba 1 kuya ekhasini 18, isigaba 1. Xoxani ngezinye zezimpendulo ezisikiselwe kanye nezinye eziye zasetshenziswa ngempumelelo ensimini yebandla. Makube nemiboniso emibili yalokho okusikiselwe.

20 imiz: “Sebenzisa Amapheshana Ekusakazeni Izindaba Ezinhle.” Imibuzo nezimpendulo. Lapho nixoxa ngesigaba 5, bukezani kafushane amapheshana azohanjiswa ngo-November, bese kuba nomboniso wokuwahambisa. Lapho nixoxa ngesigaba 7, makube nomboniso wokusebenzisa amapheshana lapho kufakazwa ngokwethukela.

INgoma 97 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela