ISimiso Sesonto Lika-July 7
ISONTO ELIQALA NGO-JULY 7
INgoma 99 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 9 ¶21-24, nebhokisi ek. 96 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Levitikusi 17-20 (10 imiz.)
No. 1: Levitikusi 19:19-32 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Isizathu Sokuba AmaKristu Agcotshwe Ngomoya, Noma “Osanta,” Angakhululeki Esonweni—rs k. 219 ¶2 (5 imiz.)
No. 3: Ulasha—Lokho IBhayibheli Elikushoyo Ngale Ndawo—re k. 143 ¶7; w12 9/15 k. 7 ¶15-16 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Hambisa Omagazini Ngo-July. Ingxoxo. Qala ngomboniso wokuhanjiswa komagazini usebenzisa izintshumayelo ezisikiselwe kuleli khasi. Ngemva kwalokho hlaziya izintshumayelo ezisikiselwe kusukela ekuqaleni kuze kube sekugcineni. Phetha ngokukhuthaza bonke ukuba bajwayelane nomagazini futhi bahlanganyele ngentshiseko ekubahambiseni
10 imiz: Izidingo zebandla.
10 imiz: Yini Esiyifezile? Ingxoxo esingathwa unobhala. Yisho okwafezwa phakathi nenkathi yeSikhumbuzo bese uncoma ibandla ngomsebenzi walo. Cela izilaleli zilandise okuhlangenwe nakho ezaba nakho lapho zisakaza izimemo zeSikhumbuzo noma lapho zikhonza njengamaphayona asizayo.
INgoma 123 Nomthandazo