Januwari 13-19
GENESISE 3-5
INgoma 72 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Umonakalo Obangelwe Amanga Okuqala”: (10 imiz.)
Gen 3:1-5—UDeveli wanyundela uNkulunkulu (w17.02 5 ¶9)
Gen 3:6—U-Adamu no-Eva abamlalelanga uNkulunkulu (w00 11/15 25-26)
Gen 3:15-19—UNkulunkulu wazijezisa lezi zihlubuki (w12 9/1 4 ¶2; w04 1/1 29 ¶2; it-2-E 186)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Gen 4:23, 24—Kungani uLameka aqamba le nkondlo? (it-2-E 192 ¶5)
Gen 4:26—Kungenzeka ukuthi kungamuphi umqondo abantu ababephila ngesikhathi sika-Enoshe ‘baqala ukuba babize igama likaJehova’? (it-1-E 338 ¶2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 4:17–5:8 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo, bese ubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Yini oyithandile ngesethulo? Yini oyifundile lapho abamemezeli behlela ukubuyela?
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini. (th isifundo 3)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunika umninikhaya umagazini wamuva onalokho umninikhaya akhulume ngakho. (th isifundo 2)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Indlela Ongaziqalisa Ngayo Izingxoxo Usebenzisa Ipheshana”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ebonisa indlela ongaziqalisa ngayo izingxoxo usebenzisa ipheshana bese nixoxa ngayo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 1 ¶14-27 Ukubukeza, ek. 16
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 119 Nomthandazo