USIZO KWABASOSIZINI LOKUSHONELWA
Kulo Magazini: Usizo Kwabasosizini Lokushonelwa
UBUHLUNGU BOKUSHONELWA
Bunjani ubuhlungu bokushonelwa? Kungani labo abashonelwe bedinga induduzo?
ONGAKULINDELA
Lesi sihloko sikhuluma ngezinto ezingamanga ezivame ukushiwo mayelana nosizi lokushonelwa, siphinde sikhulume ngemizwa abashonelwe abavame ukuba nayo. Uma ushonelwe, uzophawula ukuthi imizwa oba nayo iyashintshashintsha, futhi lokho kuyinto evamile.
UKUBHEKANA NOSIZI LOKUSHONELWA—ONGAKWENZA
Yiziphi izinto ongazenza ukuze ubhekane nobuhlungu obuzwayo? Lesi sihloko sinezeluleko eziye zasiza abanye, ezithathwe encwadini enokuhlakanipha okungaphelelwa isikhathi.
USIZO OLUNGCONO KAKHULU KULABO ABASHONELWE
Thola ukuthi yini eye yaduduza abaningi ngesikhathi besosizini, uthole nokuthi ingakududuza kanjani wena.