Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
JANUARY 2-8
Izethulo eziphumelelayo
1. Kungani kufanele ungagwegwesi?
2. Kungani ukuba nobungane kubalulekile?
3. Ungamhilela kanjani umninikhaya?
JANUARY 9-15
Qondisa ukunakekela eBhayibhelini
1. Kungani kufanele uqondise isilaleli eBhayibhelini?
2. Lokhu kungenziwa kanjani?
3. Kungani kufanele uchaze isizathu sokusebenzisa izingcaphuno zemiBhalo?
JANUARY 16-22
Bonisana nomninikhaya
1. Kungatholwa kanjani eningavumelana ngakho?
2. Kungani kufanele ulinganisele amaphuzu ahlanganiswayo?
3. Kungani kufanele ucabangele umbono womninikhaya?
JANUARY 23-29
Bonisa intshiseko
1. Kungani lokhu kubalulekile?
2. Intshiseko ingaboniswa kanjani?
JANUARY 30–FEBRUARY 5
Ukuhambisa isipho
1. Yiliphi iphuzu noma amaphuzu avela encwadini oyowasebenzisa?
2. Yimuphi umfanekiso noma imifanekiso engaqokonyiswa?