Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
JUNE 5-11
Imifanekiso esencwadini Ukuthula Kweqiniso
1. Imaphi amaphuzu ongawaqokomisa ekhasini 21?
2. Ungalisebenzisa kobani ikhasi 13, futhi ngani?
JUNE 12-18
Lapho ukhuluma nabancane
1. Yiziphi izahluko encwadini Ukuthula Kweqiniso oziqokomisayo? Ngani?
2. Kungani ukuqapha kudingekile?
JUNE 19-25
Ungakusebenzisa kanjani ukukholisa
1. Ezethulweni zakho?
2. Lapho uxoxa ngamakhasi 78 no-79 encwadini Ukuthula Kweqiniso?
JUNE 26–JULY 2
Ukwenza izimpindelo
1. Isiphi isihloko encwadini Ukuthula Kweqiniso oyosisebenzisa?
2. Uma uhambise omagazini, yini ongakhuluma ngayo?