Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/94 k. 7
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1994
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1992
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
  • Izindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1994
km 4/94 k. 7

IZindaba Ezingokwasezulwini

ENingizimu Afrika: Ngo-December 19, 1993, kwaba khona ukuthweswa kweziqu kwekilasi lokuqala leSikole Sokuqeqeshela INkonzo esasiqhutshelwa iningizimu ye-Afrika, eLusaka, eZambia! Abafundi abayisithupha baseNingizimu Afrika baba khona kulelikilasi. Kuzoqhutshwa amanye amakilasi phakathi no-1994 futhi bonke abanesithakazelo sokuba kulamakilasi kufanele bakhulume nombonisi wesigodi emhlanganweni wesifunda olandelayo.

Imihlangano yesigodi engu-19 eyayihlelelwe iNingizimu Afrika namazwe angomakhelwane yayinengqikithi yabantu abangu-142 151, kwabhapathizwa abangu-2 659. Sithanda ukudlulisela ukwazisa kinina nonke bafowethu ngomoya wokungenisa izihambi enawubonisa ezinkulungwaneni zezihambeli ezazisemihlanganweni yezizwe emine. Labazalwane ababevakashile bazwakalisa ukwazisa okukhulu. Sithanda futhi nokubonga amaKomiti Omhlangano nabo bonke abanye abazalwane abazikhandla ekwenzeni lemihlangano iphumelele.

Ibandla laseSebotse, enyakatho yePietersburg, lajabulela ukubona iHholo LoMbuso lalo linikezelwa ngo-January 29, 1994.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela