Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/98 k. 2
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1990
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
  • Izindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
  • IZindaba Ezingokwasezulwini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1991
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1998
km 4/98 k. 2

IZindaba Ezingokwasezulwini

EBenin: Ngo-November kwakunabamemezeli abangu-5331 ababika, futhi lelo nani kwakungelama-59 lamanani aphakeme abamemezeli elandelana.

ECyprus: Ukwanda ngamaphesenti amabili ngo-November kwenza kwaba nenani elisha labamemezeli abangu-1758. Kwaba khona futhi nenani elisha eliphakeme lamaphayona avamile, angu-136 abika.

ELiberia: Inani eliphakeme kunawo wonke labamemezeli abangu-2120 labika inkonzo yasensimini ngo-November.

ENdiya: Kuye kwabonakala intuthuko enhle emsebenzini wokushumayela ngo-November lapho abamemezeli abangu-18 077 bebika inkonzo yasensimini. Lokhu kwakuwukwanda kwama-39 kulandelana.

ESolomon Islands: Kwafinyelelwa inani elisha labamemezeli, njengoba ngo-November kwabika abangu-1393.

ETaiwan: Kulo nyaka wenkonzo inani labamemezeli lingu-3516, futhi kuwukwanda ngamaphesenti ayisithupha kunangonyaka odlule.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela