Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 3/05 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2007
  • Ongase Ukusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2003
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2006
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2005
km 3/05 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda Mar. 15

“Kuwo wonke umhlaba abantu batusa izimfundiso zikaJesu. [Funda ingcaphuno esekhasini 3, isigaba 1.] Kodwa ucabanga ukuthi lezo zimfundiso, ezinjengalesi sibonelo esitholakala kulo mBhalo, ziyasebenza namuhla? [Funda uMathewu 5:21, 22a, bese ulindela impendulo.] Lo magazini ukhuluma ngezimfundiso zikaJesu nangendlela ezingasizuzisa ngayo.”

INqabayokulinda Apr. 1

“Wake wezwa kuthiwa isayensi neBhayibheli kuyaphikisana? [Lindela impendulo.] Lo magazini uxoxa ngomlando wokuphikisana okuphakathi kwesayensi nenkolo. Kodwa ubuye futhi unikeze ubufakazi obubonisa ukuthi isayensi yeqiniso iyavumelana neBhayibheli.” Mbonise amakhasi 6-7, bese ufunda umShumayeli 1:7.

Phaphama! Apr. 8

“Abantu abaningi bayazithanda izintaba ngenxa yobuhle bazo, kodwa bewazi yini ukuthi zibalulekile ekuphileni emhlabeni? [Lindela impendulo.] Lo magazini ukhuluma ngokuthi kungani sizidinga izintaba nokuthi yini eyenzekayo kuzo namuhla. Futhi ubonisa indlela uMdali azoyisindisa ngayo le ndalo ebalulekile.” Funda iHubo 95:4.

“Ucabanga ukuthi abazali bangazisiza kanjani izingane zabo ukuba zigweme izinkinga ezinzima zobusha? [Lindela impendulo, bese ufunda u-Isaya 48:17, 18.] Lo magazini ubonisa indlela ukusebenzisa iseluleko seBhayibheli okungasiza ngayo abazali ukuba bahlakulele ukukhulumisana okuhle nezingane zabo futhi bazibekele imingcele efanele.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela