Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/09 k. 4
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Phaphama! February
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
km 1/09 k. 4

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda January 1

“Ucabanga ukuthi uNkulunkulu uyakhathazeka ngokonakaliswa kwendawo ezungezile? Lindela impendulo bese ufunda isAmbulo 11:18.] Lesi sihloko sinikeza izizathu ezingokomBhalo zokuba nethemba ngekusasa lomhlaba.” Khulumela isihloko esisekhasini 18.

Phaphama! January

“Lapho bebhekene nezinkinga, abantu abaningi baba nomuzwa wokuthi uNkulunkulu uyabajezisa. Wake wazizwa yini ngaleyo ndlela? Lindela impendulo bese ufunda uJakobe 1:13.] Lesi sihloko sichaza umthombo wangempela wezinkinga zethu nokuthi kungani singaqiniseka ukuthi izinkinga zethu zizophela maduzane.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 28.

INqabayokulinda February 1

“Ingabe ucabanga ukuthi zonke izinkolo ziyamukeleka kuNkulunkulu? [Lindela impendulo.] Phawula ukukhathazeka okwavezwa nguJesu lapha. [Funda uMathewu 15:8, 9.] Lesi sihloko siyachaza ukuthi uNkulunkulu uzamukela zonke yini izinhlobo zokukhulekela.” Khulumela isihloko esisekhasini 9.

Phaphama! February

“Konke esikwaziyo ngomhlaba kubonisa ukuthi wawudalelwe ukusekela izinto eziphilayo. Ingabe unomuzwa wokuthi lokhu kwenzeka nje ngengozi, noma ukholelwa ukuthi kwaklanywa uMdali? [Lindela impendulo.] Abantu abaningi bavumelana naleli vesi leBhayibheli. [Funda iHubo 104:24.] Lo magazini uhlola ubufakazi obungokwesayensi nobungokomBhalo bokuthi ukhona uMdali.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela