Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 11/09 k. 8
  • Ongakusho Ngomagazini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ongakusho Ngomagazini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2010
  • Ongakusho Ngomagazini
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2009
km 11/09 k. 8

Ongakusho Ngomagazini

INqabayokulinda November 1

“Kubonakala imikhaya iqhubeka ingaphansi kokucindezeleka. Ucabanga ukuthi imikhaya ingathinteka kanjani uma amalungu ayo elingisa isimo sengqondo sikaJesu? [Funda uMathewu 20:28, bese ulindela impendulo.] Lesi sihloko sikhuluma ngezifundo ezinhlanu imikhaya engazifunda esibonelweni sikaJesu.” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 16.

Phaphama! November

“Ingabe ubheka inkolo njengembangela yothando nokuthula noma njengembangela yenzondo nobudlova? [Lindela impendulo.] Kubonakala sengathi iningi aliwalandeli amazwi kaJesu. [Funda uMathewu 5:44, 45.] Lesi sihloko siphendula umbuzo othi, Ingabe kungenzeka ukuba umuntu athande izitha zakhe?” Khulumela isihloko esiqala ekhasini 10.

INqabayokulinda December 1

“Ingabe ucabanga ukuthi ngelinye ilanga uNkulunkulu uyokuqeda ukuhlupheka emhlabeni? [Lindela impendulo.] Phawula lesi sithembiso seBhayibheli esisinika isizathu sethemba. [Funda omunye wemiBhalo etholakala ebhokisini elisekhasini 7.] Lo magazini ubonisa lokho iBhayibheli elikushoyo ngokuthi uJehova uyokuqeda nini futhi kanjani ukuhlupheka.”

Phaphama! December

“Abanye bakholelwa ukuthi indawo yonke yadalwa, kanti abanye banomuzwa wokuthi yabakhona ngephutha futhi ayinanjongo. Uyini umbono wakho? [Lindela impendulo.] Phawula ukuthi iBhayibheli lithini ngale ndaba. [Funda amaHebheru 3:4.] Lo magazini unikeza incazelo enengqondo ngomsuka nenjongo yendawo yonke.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela