Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/12 k. 8
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 12/12 k. 8

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Zokuqala Izifundo ZeBhayibheli NgoMgqibelo Wokuqala Ku-January

“Singathanda ukuzwa umbono wakho. Ubungathi uNkulunkulu ungubani igama? [Lindela impendulo.] Phawula lokhu esikufunda lapha.” Nikeza umninikhaya INqabayokulinda ka-January 1, bese umbonisa isihloko esisesembozweni ngemuva, bese nixoxa ngendaba engaphansi kwesihlokwana sokuqala kanye nomBhalo owodwa okungenani. Mshiyele umagazini bese uhlela ukubuya nizoxoxa ngombuzo olandelayo.

INqabayokulinda January 1

“Abantu abaningi balokhu bekhuluma ngokuphela kwezwe. Ucabanga ukuthi ukuphela kwezwe kuyinto okufanele siyesabe? [Lindela impendulo.] Ngokwaleli vesi, bakhona abantu abayosinda. [Funda eyoku-1 Johane 2:17.] Lo magazini unikeza impendulo yeBhayibheli emibuzweni emine evame ukubuzwa abantu ngokuphathelene nokuphela kwezwe.”

Phaphama! January

“Senza inkonzo yokuhambela imikhaya. Ucabanga ukuthi kubalulekile yini ngemikhaya ukuba isebenzise la mazwi kaJesu? [Funda IzEnzo 20:35b, bese ulindela impendulo.] Ukufundisa abantwana ukuba babe abangenabugovu kungaba inselele ngempela ezweni lapho abaningi bebonakala bezicabangela bona kuphela. Lesi sihloko sibonisa izindlela ezithile abazali abangazisebenzisa ekukhuliseni abantwana abacabangelayo.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela