Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 4/13 k. 8
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izintshumayelo Ezisikiselwe
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
  • Izintshumayelo Eziyisibonelo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2011
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 4/13 k. 8

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Zokuqala Izifundo ZeBhayibheli NgoMgqibelo Wokuqala Ku-May

“Enye into esifana ngayo ukuthi sonke siyawenza amaphutha. Ingabe wake wazibuza ukuthi uNkulunkulu angazithethelela yini ngisho nezenzo ezimbi kakhulu?” [Lindela impendulo.] Mbonise isihloko esisekhasini 15 kuyi-Nqabayokulinda ka-May 1, bese nixoxa ngokwaziswa okungaphansi kombuzo wokuqala nomBhalo okungenani owodwa kwekhonjiwe. Mhambisele omagazini bese uhlela ukubuya nizoxoxa ngombuzo olandelayo.

INqabayokulinda May 1

“Singathanda ukuzwa umbono wakho ngalokhu okushiwo lapha. [Funda eyoku-1 Johane 4:8.] Abaningi bayavumelana nala mazwi, kodwa abanye bacabanga ukuthi uNkulunkulu kumelwe ukuba unesihluku ngokubangela noma ngokuvumela izinhlekelele zemvelo. Wena uthini? [Lindela impendulo.] Lo magazini unikeza izizathu ezinengqondo zokuthi kungani kungafanele sibheke uNkulunkulu njengonesihluku.”

Phaphama! May

“Sivakashela omakhelwane bethu ukuze sixoxe nabo ngenkinga ekhathazayo—ubugebengu. Abanye bacabanga ukuthi ikhambi lokulwa nobugebengu ukwenezela amaphoyisa. Wena ubona kanjani? [Lindela impendulo.] Bewazi yini ukuthi iBhayibheli lithembisa ukuthi ubugebengu buzophela? [Funda IHubo 37:10, 11.] Lo magazini ukhuluma ngalesi sithembiso esiqinisekile futhi uchaza izinyathelo ezingokoqobo esingazithatha ukuze sizivikele ebugebengwini.”

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela