Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Novemba k. 8
  • UJehova Uyakwazi Esikudingayo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • UJehova Uyakwazi Esikudingayo
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
  • Indaba Ethi Ayifane
  • UJehova Ubutha Abantu Bakhe Abajabulayo
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2012
  • IMihlangano Yesifunda Iyizikhathi Zokubonisa Uthando
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
  • Imihlangano ‘Evuselela Uthando Nemisebenzi Emihle’
    Ukuhlelelwa Ukwenza Intando KaJehova
  • Imihlangano Emikhulu Ubufakazi Bobuzalwane Bethu
    OFakazi BakaJehova—Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Novemba k. 8
Odadewethu bashaya ihlombe emhlanganweni wesifunda

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

UJehova Uyakwazi Esikudingayo

Inceku ethembekile neqondayo isinika ukudla “ngesikhathi esifanele,” okubonisa ukuthi uJehova, oqondisa le nceku, uyakwazi esikudingayo ukuze sibe nobuhlobo obuhle naye. (Math 24:45) Imihlangano yethu yesifunda neyaphakathi nesonto ingobunye ubufakazi balokho.

BUKELA IVIDIYO ETHI UMBIKO WEKOMITI YOKUFUNDISA KA-2017, BESE UPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Inkundla yezemidlalo igcwele abantu abeze emhlanganweni

    Ubani okufanele abongwe ngemihlangano yesifunda esiba nayo efika ngesikhathi futhi kungani?

  • Uqala nini umsebenzi wokulungiselela umhlangano?

  • Umnyango wabamavidiyo ushutha ividiyo yomhlangano wesifunda

    Zikhethwa kanjani izihloko zomhlangano?

  • Yini eyenziwayo ukuze kulungiselelwe imihlangano yesifunda?

  • Indlela yokutadisha yaseGileyadi ifakwe kanjani emihlanganweni yaphakathi nesonto?

  • Umfowethu uphethe incwajana yomhlangano waphakathi nesonto

    Iminyango ehlukahlukene isebenza kanjani ndawonye ukuze ilungiselele incwajana yomhlangano waphakathi nesonto?

Uzizwa kanjani ngalokho uJehova asilungiselela kona ukuze siqine okholweni?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela