U-Abrahama ufundisa u-Isaka osemncane ngoJehova
Ongase Uxoxe Ngakho
●○○ LAPHO NIXOXA OKOKUQALA
Umbuzo: Singazi kanjani ukuthi ikusasa lisiphatheleni?
UmBhalo: Isaya 46:10
Ngokuzayo: Yiziphi iziprofetho zeBhayibheli ezigcwaliseka namuhla?
○●○ LAPHO UBUYELA OKOKUQALA
Umbuzo: Yiziphi iziprofetho zeBhayibheli ezigcwaliseka namuhla?
UmBhalo: 2Thim 3:1-5
Ngokuzayo: Iziphi izibusiso eziyojatshulelwa abantu esikhathini esizayo?
○○● LAPHO UBUYELA OKWESIBILI
Umbuzo: Iziphi izibusiso eziyojatshulelwa abantu esikhathini esizayo?
UmBhalo: Isaya 65:21-23
Ngokuzayo: Yini eyokwenziwa iNdodana kaNkulunkulu ukuze abantu bathole lezi zibusiso?