INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
Ungamlingisi U-Elifazi Lapho Ududuza
U-Elifazi watshela uJobe ukuthi abantu abasoze bakwazi ukujabulisa uNkulunkulu (Job 15:14-16; w05 9/15 26 ¶4-5)
U-Elifazi wayesikisela ukuthi uJobe mubi futhi yingakho ayehlupheka (Job 15:20)
Amazwi ka-Elifazi awazange amduduze uJobe (Job 16:1, 2)
Lokhu u-Elifazi akusho kuJobe kwakungamanga. UJehova uyayazisa imizamo yethu yokumkhonza. (Hu 149:4) Ngisho nabalungile kumele bakulindele ukubhekana nezinkinga.—Hu 34:19.
ONGAZINDLA NGAKHO: ‘Singabaduduza kanjani abacindezelekile’?—1Th 5:14; w15 2/15 8 16